UJeremiya 26:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Lapho inkosi uJehoyakimi nawo onke amaqhawe ayo nazo zonke izikhulu zezwa amazwi ayo, inkosi yazama ukumbulala; kepha u-Uriya esezwile wesaba, wabaleka, waya eGibithe; Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Inkosi uJehoyakimi, nawo onke amaqhawe ayo, nazo zonke izikhulu bezwa amazwi akhe; inkosi yafuna ukumbulala; kepha u-Uriya wakuzwa, wesaba, wabaleka, waya eGibithe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202021 Inkosi uJehoyakimi, nawo wonke amaqhawe ayo, nazo zonke izikhulu bawezwa amazwi akhe; inkosi yafuna ukumbulala, kepha u-Uriya wezwa, wesaba, wabaleka, waya eGibhithe. Uka jalj uñjjattʼäta |