Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 26:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kwakukhona futhi umuntu owayeprofetha egameni likaJehova, u-Uriya, indodana kaShemaya, waseKiriyati Jeharimi, owaprofetha ngalo muzi nangaleli zwe njengawo wonke amazwi kaJeremiya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kwakukhona nomunye umuntu owaprofetha egameni likaJehova, u-Uriya indodana kaShemaya waseKiriyathi Jeharimi; waprofetha ngalo muzi nangaleli zwe njengawo onke amazwi kaJeremiya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 Kukhona nomunye umuntu owaphrofetha egameni likaSimakade, u-Uriya, indodana kaShemaya waseKiriyathi Jeharimi, waphrofetha kulo muzi nangaleli lizwe, njengawo wonke amazwi kaJeremiya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 26:20
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kuphila kukaJehova uNkulunkulu wakho, akukho sizwe noma umbuso inkosi yami engathumelanga kuyo ukukudinga; bathi: Kakho; wafunga umbuso nesizwe, ukuthi abakufumananga.


Wenza okubi emehlweni kaJehova njengakho konke abakwenzileyo oyise.


Ngibashaye ngeze abantwana benu; abatholanga ukusolwa; inkemba yenu idlile abaprofethi benu njengengonyama ephangayo.


Izikhulu zathi kuBaruki: “Hamba ucashe, wena noJeremiya; futhi ungatsheli muntu lapho ukhona.


IKiriyati Bhali eliyiKiriyati Jeharimi, neRaba; imizi emibili nemizana yayo.


Umkhawulo wasuka lapho, wazungeza engosini yolwandle ngaseningizimu, kusukela entabeni ephambi kweBeti Horoni ngaseningizimu; ukuphuma kwawo kwakuseKiriyati Bali eliyiKiriyati Jeharimi, umuzi wabantwana bakwaJuda; kwakuyiwadi esentshonalanga.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka, bafika emizini yabo ngosuku lwesithathu. Imizi yabo yayiyiGibeyoni, neKefira, neBheroti, neKiriyati Jeharimi.


Bathuma izithunywa kwabakhileyo eKiriyati Jeharimi ukuthi: “AmaFilisti awubuyisile umphongolo kaJehova; yehla uzoyicosha kuwe.


Kwathi umphongolo usekhona eKiriyati Jeharimi, isikhathi saba side; ngokuba kwaba yiminyaka engamashumi amabili, yonke indlu yakwa-Israyeli yamlilela uJehova.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka