UJeremiya 20:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakwenza ukuba ube yingebhe kuwe nakubangane bakho bonke; bayakuwa ngenkemba yezitha zabo, amehlo akho abone; ngiyakumnikela wonke uJuda esandleni sami. Yenkosi yaseBhabhiloni, futhi iyobayisa ekuthunjweni eBhabhiloni futhi ibabulale ngenkemba. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: ‘Bheka, ngiyakukwenza ukuba ube luvalo kuwe uqobo nakubo bonke abangane bakho; bayakuwa ngenkemba yezitha zabo, amehlo akho akubone; ngiyakunikela wonke uJuda esandleni senkosi yaseBabele, ibathumbele eBabele, ibabulale ngenkemba. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20204 Ngokuba usho kanje uSimakade, uthi: ‘Ngizokwenza uzesabe wena luqobo, wesatshwe nayibona bonke abangani bakho. Bayokuwa ngenkemba yezitha zabo, ubuka ngawakho amehlo, uJuda wonke ngiyakumnikela esandleni senkosi yaseBhabhele; iyobathumbela eBhabhele, ibabulale ngenkemba. Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngiyakuthuma, ngithabathe zonke izizwe zasenyakatho, usho uJehova, noNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngizilethe phezu kwaleli zwe, naphezu kwabakhileyo kulo, naphezu kwazo zonke lezi zizwe ezizungezile, Uyobashaya ngesiqalekiso, abenze isimangaliso, inhlekisa, incithakalo kuze kube phakade.