Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 49:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Izibusiso zikayihlo zedlula izibusiso zabokhokho bami kuze kube semkhawulweni wezintaba zaphakade; ziyakuba sekhanda likaJosefa nasokhakhayini lwekhanda lalowo owahlukaniswa nabafowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Izibusiso zikayihlo zinamandla kunezibusiso zawokhokho bami, kuze kube semkhawulweni wokugcina wezintaba ezimiyo; ziyakuba phezu kwekhanda likaJosefa phakade, nasokhakhayini lwakhe owahlukaniswa nabafowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

26 Izibusiso zikayihlo ziqinile kunezibusiso zokhokho bami, zifinyelela ezintabeni zaphakade. Sengathi lezi zibusiso, zingehlela ekhanda likaJosefa, nasebunzini lakhe owehlukaniswa kubafowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 49:26
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwase kudlula abathengi bakwaMidiyani; bamkhipha uJosefa emgodini, bakhuphula uJosefa, bathengisa ngoJosefa kuma-Ishmayeli ngamashekeli angamashumi amabili esiliva; bamyisa uJosefa eGibithe.


Abafowabo bathi kuye: “Impela uyakusibusa na?” noma uzosibusa ngempela na? Basebemzonda kakhulu ngenxa yamaphupho akhe langenxa yamazwi akhe.


UBenjamini uklebhula njengempisi; ekuseni uyakushwabadela impango, ebusuku ahlukanise impango.


Izitha zakhe ngiyakuzimboza ngehlazo, kepha kuye umqhele wakhe uyakugobhoza.


Inzalo yakhe iyakuma kuze kube phakade, nesihlalo sakhe sobukhosi sinjengelanga phambi kwami.


Ngoba izintaba ziyomuka namagquma ayozamazama; kepha umusa wami awuyikusuka kuwe, nesivumelwano sami sokuthula asiyikunyakaziswa,” usho uJehova ohawukelayo.


Yizwani izwi likaJehova nina enithuthumela ngezwi lakhe! Abafowenu abanizondayo, abanixosha ngenxa yegama lami, bathi: “Makadunyiswe uJehova, kepha uyakubonakala ngokujabula kwenu, bajabhe.


Ngehlela phansi kwezintaba; umhlaba nemigoqo yawo wawungizungeza kuze kube phakade; Nokho ukuphakamisile ukuphila kwami ekonakaleni, Jehova Nkulunkulu wami.


Wema walinganisa umhlaba; izintaba zaphakade zahlakazwa, amagquma aphakade akhothama; izindlela zakhe ziphakade.


Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Nxa indoda kumbe owesifazana ezahlukanisa ukwenza isithembiso somNaziri, ukuzahlukanisela eNkosini;


Okhokho baba lomhawu ngoJosefa, bathengisa ngoJosefa eGibhithe, kodwa uNkulunkulu wayelaye.


Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu osibusisile ngezibusiso zonke zomoya ezulwini kuKristu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka