Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 45:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Khuphukani masinyane niye kubaba nithi kuye: Isho kanje indodana yakho uJosefa: UNkulunkulu ungenze umbusi phezu kwalo lonke iGibithe; yehlela kimi, ungalibali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Sheshani nikhuphuke, niye kubaba, nithi kuye: ‘Uthe uJosefa indodana yakho: UNkulunkulu ungibeke inkosi yalo lonke iGibithe; yehla, uze kimi, ungalibali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 “Ningabe nisapholisa maseko, yanini kubaba nifike nithi kuye: ‘UJosefa indodana yakho, ithi: uNkulunkulu ungibeke ngaba ngumbusi walo lonke iGibhithe, ungabe usalibala, yehla uze kimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 45:9
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyakuhlala ezweni laseGosheni, ube seduze kwami, wena nabantwana bakho, nabantwana babantwana bakho, nezimvu zakho, nezinkomo zakho, nakho konke onakho.


Kumelwe nitshele ubaba ngayo yonke inkazimulo yami eGibhithe nangakho konke enikubonile; futhi kufanele nisheshe nehlise ubaba lapha.


UJosefa wayesethuma wabiza uJakobe uyise, nezihlobo zakhe zonke, abantu abangamashumi ayisikhombisa nanhlanu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka