Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 44:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Manje ake inceku yakho ihlale esikhundleni somfana, isigqila senkosi yami; umfana akhuphuke nabafowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 “Ngalokho inceku yakho ake ihlale esikhundleni somfana, ibe yisigqila senkosi, umfana akhuphuke nabafowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

33 “Ngiyacela ukuba uyivumele inceku yakho kusale yona esikhundleni somfana, ibe yisigqila sakho, kuthi umfana aphindele ekhaya nabafowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 44:33
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi: “Makube njengokwamazwi enu; lowo okutholwa kuye uyakuba yinceku yami; futhi uyakuba msulwa.


Ngokuba inceku yakho yenze isibambiso sendodana nobaba, yathi: ‘Uma ngingayikumletha kuwe, ngiyakuthwala icala likababa kuze kube phakade.


Ngoba ngingakhuphukela kanjani kubaba, umfana engekho nami? ukuze ngingabuboni ububi obehlela ubaba.


UDavide wakhuluma kuJehova lapho ebona ingelosi ishaya abantu, wathi: “Bheka, ngonile, ngenzile okubi; kodwa lezi zimvu zenzeni? isandla sakho masibe phezu kwami nendlu kababa.


Kodwa manje, uma ufuna ukubathethelela isono sabo—; uma kungenjalo, ngesule encwadini yakho oyilobile.


Ngoba bengingathanda ukuthi mina ngokwami ngibe ngoqalekisiweyo kuKristu ngenxa yabazalwane bami, izihlobo zami ngokwenyama;


Ngakho uJesu waba yisibambiso sesivumelwano esingcono.


Ngalokho silwazile uthando, ngokuba yena wasibekela phansi ukuphila kwakhe; nathi sifanele ukubeka ukuphila ngenxa yabazalwane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka