Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 34:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Babulala oHamori noShekemi indodana yakhe ngosiko lwenkemba, bamkhipha uDina endlini kaShekemi, baphuma.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Babulala oHamori noShekemi indodana yakhe ngosiko lwenkemba, bakhipha uDina endlini kaShekemi, bahamba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

26 Babulala uHamori noShekhemu indodana yakhe ngenkemba, bakhipha uDina endlini kaShekhemu, bahamba naye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 34:26
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi ngosuku lwesithathu sebehlupheka, amadodana amabili kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, behla emzini ngesibindi, babulala bonke abantu.


Amadodana kaJakobe afika phezu kwababuleweyo, awuphanga umuzi, ngokuba babengcolisile udadewabo.


U-Abineri wayesembiza uJowabe, wathi: “Inkemba izophela kuze kube phakade na? Anazi yini ukuthi ekugcineni kuyoba umunyu? koze kube nini ungayaleli abantu ukuba babuye ekulandeleni abafowabo na?


Khona i-Asiriya liyakuwa ngenkemba, kungabi ngeqhawe; nenkemba engesiye eyomuntu iyakumqeda; kodwa uyobalekela inkemba, nezinsizwa zakhe ziyokwesaba.


Bayakuwa ngosiko lwenkemba, bathunjelwe ezizweni zonke, iJerusalema liyakunyathelwa phansi ngabezizwe, kuze kugcwaliseke izikhathi zabezizwe.


Ngiyakudakisa imicibisholo yami ngegazi, inkemba yami idle inyama; futhi lokhu ngegazi lababuleweyo kanye neziboshwa, kusukela ekuqaleni kokuphindisela esitheni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka