UGenesise 30:40 - Contemporary Zulu Bible 202440 UJakobe wawahlukanisa amawundlu, wabhekisa ubuso bomhlambi kwezinemishwe nakuzo zonke ezinsundu phakathi komhlambi kaLabani; futhi wahlukanisa umhlambi wakhe futhi akawubekelanga umhlambi kaLabani. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE40 UJakobe wayesahlukanisa amawundlu, wabhekisa ubuso bemihlambi kwezinemishwe nakwezimnyama emhlambini kaLabani; wabeka amaqembu akhe abe wodwa engawafaki emhlambini kaLabani. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202040 UJakobe wawehlukanisa lawo mazinyane emhlanjini kaLabani. Ngesikhathi zikhwela, wabhekisa ubuso bemihlambi kwezikaLabani, kwezinemishwi nezimnyama. Ezakhe wazehlukanisa azaze zahlangana nemihlambi kaLabani. Uka jalj uñjjattʼäta |