Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 26:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwathi, eselapho isikhathi eside, u-Abimeleki, inkosi yamaFilisti, walunguza ngefasitela, wabona, bheka, u-Isaka edlala noRebeka umkakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwathi esehlale khona isikhathi eside, u-Abimeleki inkosi yamaFilisti walunguza efasiteleni, wabona; bheka, u-Isaka wayetekula noRebeka umkakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 U-Isaka esenesikhathi ezinze kuleyo ndawo, u-Abhimeleki, inkosi yamaFilisti, ezibukela nje ngefasitela, wamelamela u-Isaka ewotawota umkakhe uRibheka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 26:8
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amadoda aleyondawo ambuza ngomkakhe; wathi: “Ungudadewethu, ngokuba wayesaba ukuthi: ‘Ungumkami;’ wathi, ukuze bangangibulali abantu baleyondawo ngenxa kaRebeka; ngoba wayemuhle ukubukwa.


U-Abimeleki wambiza u-Isaka, wathi: “Bheka, ngempela ungumkakho; futhi utheni, Ungudadewethu? UIsaka wasesithi kuye: Ngoba ngithe: Kangiyikufela yena.


Ngokuba efasiteleni lendlu yami ngalunguza ohlakeni lwami,


Hlala ngokuthokoza nowesifazane omthandayo zonke izinsuku zokuphila kwakho okuyize akunike zona phansi kwelanga, zonke izinsuku zakho eziyize; ngokuba lokhu kuyisabelo sakho kulokhu kuphila nasemshikashikeni wakho owenzayo phansi kwelanga.


Othandiweyo wami unjengendluzele nenkonyana yendluzele; bheka, umi emva kodonga lwakithi, ulunguza emafasiteleni, ubonakala emigodweni.


Ngokuba njengensizwa iganwa yintombi, kanjalo amadodana akho ayakuthatha wena; futhi njengoba umyeni ejabulela umakoti, kanjalo uNkulunkulu wakho uyojabula ngawe.


Unina kaSisera walunguza efasiteleni wamemeza phakathi kwemigoqo: Kungani inqola yakhe ithatha isikhathi eside kangaka ukufika? abambezelelani amasondo ezinqola zakhe?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka