Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 23:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Emva kwalokho u-Abrahama wammbela uSara umkakhe emhumeni wensimu yaseMakaphela phambi kweMamre; yiHebroni ezweni laseKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Emva kwalokho u-Abrahama wammbela uSara umkakhe emhumeni wasensimini yaseMakaphela phambi kweMamre okuyiHebroni ezweni laseKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 U-Abhrahama wamngcwaba umkakhe uSara emgedeni osensimini eseMakhaphela ebhekene neMamre okuyiHebhroni eKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 23:19
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ku-Abrahama njengempahla phambi kwabantwana bakwaHeti, phambi kwabo bonke abangena ngesango lomuzi wakhe.


Isiqephu sezwe nomhume okuwo kwanikwa u-Abrahama amadodana kaHeti kube yindawo yethuna.


Ngesithukuthuku sobuso bakho uyakudla isinkwa uze ubuyele emhlabathini; ngoba nathathwa kuwo; ngokuba uluthuli, uyakubuyela othulini.


Wathi kuye: “Hamba, ubheke ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi; futhi ungilethele izwi futhi. Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, wafika eShekemi.


Kodwa ngizakuba lobudlelwano labobaba, njalo uzangikhupha eGibhithe, ungingcwabe ethuneni labo. Wathi: “Ngizokwenza njengokusho kwakho.”


Amadodana akhe amngenisa ezweni laseKhanani, ammbela emhumeni wensimu yaseMakaphela, u-Abrahama awuthenga kanye nezwe, kube yindawo yethuna lika-Efroni umHeti phambi kweMamre.


UJosefa wasefungisa abantwana bakoIsrayeli, wathi: UNkulunkulu uzalilalela lokulilalela, njalo lizakhupha amathambo ami lapho.


Ngokuba ngiyazi ukuthi uyakungiyisa ekufeni nasendlini emiselwe bonke abaphilayo.


Futhi lapho besaba abaphezulu, futhi ukwesaba kuyoba endleleni, futhi um-alimondi uyoqhakaza, nesikhonyane siyakuba ngumthwalo, futhi ukufisa kuyaphela; ngokuba umuntu uya endlini yakhe ende, nabalilayo bahamba ezitaladini;


Khona uthuli luyobuyela emhlabathini njengoba lwalunjalo, futhi umoya uyobuyela kuNkulunkulu owawunikayo.


Uma umuntu ezala abantwana abayikhulu, aphile iminyaka eminingi, zibe ziningi izinsuku zeminyaka yakhe, nomphefumulo wakhe ungasuthi ngokuhle, futhi angabi nakumbelwa; Ngithi, ukuzalwa okungakafiki kuhle kunaye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka