Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 18:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 INkosi yasihamba indlela yayo, isiqedile ukukhuluma loAbrahama; uAbrahama wasebuyela endaweni yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 UJehova wasuka, nxa eseqedile ukukhuluma no-Abrahama; u-Abrahama wabuyela endaweni yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

33 Kwathi ukuba uSimakade aqede ukukhuluma no-Abhrahama, behlukana, u-Abhrahama waphindela ekhaya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 18:33
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayeseyeka ukukhuluma naye, uNkulunkulu wakhuphuka esuka ku-Abrahama.


Amadoda asuka lapho abheka ngaseSodoma; u-Abrahama wahamba nawo ukuba awangenise endleleni.


Amadoda afulathela lapho, aya eSodoma, kepha u-Abrahama wayemi phambi kukaJehova.


Base bezwa izwi likaJehova uNkulunkulu ehamba ensimini ngokuphola kwelanga; u-Adamu nomkakhe bacasha ebusweni bukaJehova uNkulunkulu phakathi kwemithi yensimu.


ULabani wavuka ekuseni kakhulu, wanga amadodana akhe namadodakazi akhe, wawabusisa; uLabani wahamba, wabuyela endaweni yakhe.


UJakobe waqhubeka, futhi ingelosi kaNkulunkulu yamhlangabeza.


Wathi: “Ngiyeke ngihambe, ngokuba kuyasa.” Wathi: “Angiyikukuyeka ukuba uhambe, ungakangibusisi.”


UNkulunkulu wenyuka esuka kuye waya endaweni lapho ayekhulume naye khona.


Ulaka lweNkosi lwabavuthela; wahamba.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka