Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 10:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Amadodana kaJafete ngu uGomere, noMagogi, noMadayi, noYavan, noTubhali, noMeshegi, noTirasi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Amadodana kaJafete: ngoGomere, noMagoge, noMadayi, noJavani, noThubali, noMesheke, noTirase.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Amadodana kaJafethi kwakunguGomeri, uMagogi, uMadayi, uJavani, uThubhali, uMeshekhe noThirasi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 10:2
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa, oShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa wona emva kukazamcolo.


Naye uShemi, uyise wabo bonke abantwana bakwaHebhere, umfowabo kaJafete, izibulo, wazalelwa abantwana.


UNkulunkulu uyokwandisa uJafete, futhi uyohlala ematendeni kaShemi; uKhanani abe yinceku yakhe.


Ngomnyaka wesishiyagalolunye kaHoseya inkosi yase-Asiriya yalithumba iSamariya, yathumbela u-Israyeli e-Asiriya, yababeka eHala naseHabori ngasemfuleni iGoshani nasemizini yamaMede.


Maye kimina, ngokuba ngigogobele kwaMesheki, ngihlala ematendeni akwaKedari!


Ngiyakwenza isibonakaliso phakathi kwabo, ngibathume abaphunyukileyo kubo ezizweni, eTharishishi, nasePhuli, naseLudi, abansala umnsalo, eThubali naseJavani, eziqhingini ezikude, ezingazange zibe khona. Wezwa amahemuhemu ami, akabonanga inkazimulo yami; bayakumemezela inkazimulo yami phakathi kwezizwe.


ODani noJavani bahambahamba behamba bebuka izibuko zakho: insimbi ekhazimulayo, nekasiya nokugqwala kwakukhona emakethe yakho.


Ilineni elicolekileyo elelukiweyo laseGibithe laliyiseyili owalendlalwayo ukuba libe nguseyili wakho; eziqhingini zase-Elisa eziluhlaza okwesibhakabhaka nokububende zazikumbozile.


Ukhona uMesheki, noThubali, nesixuku sakhe sonke; amathuna akhe angakubo nxazonke, bonke abangasokile, ababulewe ngenkemba, nakuba babebanga ukwesaba ezweni labaphilayo.


Uyakuphuma endaweni yakho ezingxenyeni ezisenyakatho, wena nabantu abaningi kanye nawe, bonke begibele amahhashi, isixuku esikhulu nempi enamandla.


Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho bumelane noGogi, izwe lakwaMagogi, isikhulu esiyinhloko sakwaMesheki noThubali, uprofethe ngaye,


uGomere namaviyo akhe onke; indlu kaThogarma enyakatho, nawo onke amabutho akhe, nabantu abaningi kanye nawe.


Ngakho, ndodana yomuntu, profetha ngoGogi, uthi: Usho kanje uJehova; Bheka, nginakho ngawe Gogi, sikhulu sakwaMeshegi noThubali;


Uyakuphuma ukudukisa izizwe ezisemagumbini omane omhlaba, uGogi noMagogi, zibaqoqele ukulwa, isibalo sabo singangesihlabathi solwandle.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka