Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 10:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa, oShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa wona emva kukazamcolo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa: ngoShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa amadodana emva kukazamcolo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Nanku umlando wamadodana kaNowa: uShemu, uHamu, noJafethi; nawo azala awawo amadodana emva kukazamcolo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 10:1
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amadodana kaJafete ngu uGomere, noMagogi, noMadayi, noYavan, noTubhali, noMeshegi, noTirasi.


Lona-ke umlando wamazulu nomhlaba ekudalweni kwakho nomuntu ensimini ngosuku uJehova uNkulunkulu akwenza ngalo.


Le yincwadi yezizukulwane zika-Adamu. Mhla uNkulunkulu edala umuntu, wamenza ngomfanekiso kaNkulunkulu;


UNowa ubeminyaka imakhulu mahlanu ezelwe; uNowa wazala oShem, noHamu, noJafete.


Lezi ziyizizukulwane zikaNowa: UNowa wayeyindoda elungile, engenasici esizukulwaneni sakhe; uNowa wahamba noNkulunkulu.


UNkulunkulu wambusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalani nande nigcwalise umhlaba.


Lawa angamadodana amathathu kaNowa, futhi wonke umhlaba wasakazwa kuwo.


Zonke izinsuku zikaNowa zaziyiminyaka engamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisihlanu, wayesefa.


Nina-ke, zalani, nande; nithele izithelo ngobuningi emhlabeni, nande kuwo.


UNowa, uShemi, uHamu noJafete.


Incwadi yokuzalwa kukaJesu Kristu, indodana kaDavide, indodana ka-Abrahama.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka