Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 9:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 INkosi yasisithi kuMozisi: Vuka ekuseni kakhulu, ume phambi kukaFaro, uthi kuye: Itsho njalo iNkosi, uNkulunkulu wamaHebheru: Yekela abantu bami bahambe ukuze bangikhonze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UJehova wayesethi kuMose: “Vuka ekuseni kusasa, ume phambi kukaFaro, uthi kuye: ‘UJehova, uNkulunkulu wamaHeberu, usho kanje, uthi: Bavumele abantu bami ukuba bahambe, bangikhonze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 USimakade wayesethi kuMose: “Vuka ekuseni kakhulu uye kuFaro, uthi kuye: ‘Usho kanje uSimakade, uNkulunkulu wamaHebheru, uthi: “Vumela abantu bami bahambe bayongikhonza.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 9:13
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Futhi ngithi kuwe: Yiyeke indodana yami ihambe, ingikhonze; uma wenqaba ukumyeka, bheka, ngiyakubulala indodana yakho, izibulo lakho.


Yana kuFaro ekuseni; bheka, uya ngasemanzini; kumelwe ume ngasosebeni lomfula ngokumelene nokuza kwayo; nodondolo olwaphenduka inyoka, kumelwe uluphathe ngesandla sakho.


UJehova wayesethi kuMose: “Vuka ekuseni kakhulu, ume phambi kukaFaro; bheka, Uphumela emanzini; wathi kuye: “Usho kanje uJehova, uthi: Bavumele abantu bami ukuba bahambe, ukuze bangikhonze.


INkosi yasisithi kuMozisi: Ngena kuFaro, uthi kuye: Itsho njalo iNkosi, uNkulunkulu wamaHebheru: Yekela abantu bami bahambe, ukuze bangikhonze.


Ngokuba uma wala ukubakhulula, ubathulise,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka