UEksodusi 21:19 - Contemporary Zulu Bible 202419 Uma evuka futhi ehamba ngodondolo lwakhe, omshayileyo uyakukhululwa; kuphela oyokhokhela ukulahlekelwa yisikhathi sakhe futhi amphulukise ngokuphelele. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 khona-ke, uma elulama, ahambahambe phandle ngenduku yakhe, owamshayayo uyakuyekelwa, amkhokhele nokho isikhathi sakhe esaphukileyo, elashwe nokwelashwa. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202019 uma elulama, akwazi ukuzihambela phandle ngenduku, owamshayayo akayukujeziswa, nokho uyomkhokhela ngesikhathi sakhe esichithekileyo, elashwe aze alulame. Uka jalj uñjjattʼäta |