Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 9:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngase ngiphenduka ngehla entabeni, intaba yavutha umlilo, izibhebhe zombili zesivumelwano zisesandleni sami sobabili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 “Ngase ngiphenduka ngehla entabeni, intaba yavutha umlilo; izibhebhe zombili zesivumelwano zazisezandleni zami zombili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 “Ngase ngiphenduka ngehla entabeni, intaba yayivutha umlilo; izibhebhe ezimbili zesivumelwano zazisezandleni zami zombili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 9:15
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Intaba yaseSinayi yathunqa umusi, ngokuba uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; umusi walo wenyuka njengomusi wesithando, nentaba yonke yazamazama kakhulu.


UMose wayeselula intonga yakhe ezulwini, uJehova wathumela ukuduma nesichotho, nomlilo wehlela emhlabeni; uJehova wanisa isichotho phezu kwezwe laseGibithe.


Nasondela, nema phansi kwentaba; intaba yavutha umlilo waze wayongena phakathi kwezulu, inobumnyama, namafu, nesigayegaye.


Lapho nezwa izwi livela ebumnyameni (ngokuba intaba yayivutha umlilo), neza kimi, zonke izinhloko zezizwe zenu namalunga enu;


Ngabona, bhekani, nonile kuJehova uNkulunkulu wenu, nazenzela ithole elibunjiweyo; naphambuka masinyane endleleni uJehova aniyale ngayo.


Ngokuba anizanga entabeni ethintwa, eshiswa umlilo, nobumnyama, nobumnyama, nesiphepho,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka