Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 9:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Mangime, ngibabhubhise, ngesule igama labo phansi kwezulu; ngiyakukwenza ube yisizwe esinamandla nesikhulu kunabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ngiyeke ukuba ngibabhubhise, ngesule igama labo phansi kwezulu, ngenze wena ube yisizwe esinamandla nesikhulu kunabo.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 ngiyeke ukuze ngibabhubhise, ngilesule lishabalale igama labo phansi kwezulu, ngiyokwenza wena ube yisizwe esinamandla nesikhulu kunabo.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 9:14
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Sibuye sephule imiyalo yakho, sizihlanganise nabantu balezi zinengiso na? ubungeke yini usithukuthelele uze usiqede, kungabikho nsali nophunyukayo na?


Ngalokho wathi uyakubabhubhisa, uma uMose okhethiweyo wakhe ubengema phambi kwakhe esikhaleni ukuze anqande ulaka lwakhe, ukuze angababhubhisi.


Inzalo yakhe mayinqunywe; igama labo malisulwe esizukulwaneni esilandelayo.


Ukhuzile abezizwe, wababhubhisa ababi, igama labo walesula kuze kube phakade naphakade.


Ukukhunjulwa kolungileyo kubusisiwe, kodwa ibizo lababi lizabola.


Inzalo yakho yayingangesihlabathi, nenzalo yezibilini zakho njengamatshe aso; igama lakhe aliyikunqunywa, lingachithwa phambi kobuso bami.


UJehova wasesithi kimi: Ungabakhulekeli lababantu kube kuhle kubo.


Wayesethi uJehova kimi: “Noma oMose noSamuweli babemi phambi kwami, nokho imicabango yami yayingenakubhekisa kulaba bantu; zilahle ebusweni bami, ziphume.


Ngakho ungabakhulekeli lababantu, ungabaphakamiseli ukukhala loba umkhuleko, ungangincengi, ngoba kangiyikukuzwa.


Nina bantamo zilukhuni, abangasokile ezinhliziyweni nasezindlebeni, nimelana njalo noMoya oNgcwele;


UJehova akayikumhawukela, kepha lapho intukuthelo kaJehova nokushisekela kwakhe kuyakushunqa kulowo muntu, zibe phezu kwakhe zonke iziqalekiso ezilotshwe kule ncwadi, uJehova alibize igama lakhe phansi kwezulu, azesule.


Ngathi: Ngiyakubahlakazela emagumbini, ngiqede ukukhunjulwa kwabo phakathi kwabantu.


Onqobayo uyakwembathiswa izingubo ezimhlophe; futhi ngeke ngilesule igama lakhe encwadini yokuphila, kodwa ngiyolivuma igama lakhe phambi kukaBaba naphambi kwezingelosi zakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka