UDuteronomi 28:55 - Contemporary Zulu Bible 202455 Ukuze anganiki noyedwa wabo enye yenyama yabantwana bakhe ukuba ayidle, ngokuba akanalutho kuye ekuvinjezelweni nasekucindezelekeni izitha zakho eziyakukucindezela ngakho kuwo onke amasango akho. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE55 ukuba angabaniki inyama yabantwana bakhe abadlayo ngokuba engasalelwanga lutho olunye ekuvinjezelweni nasekuxinekeni eziyakukuxina ngakho izitha zakho kuwo onke amasango akho. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202055 Akayukunika namunye inyama yabantwana bakhe ayobe eyidla, ngokuba kungekho naye okumsalele ekuvinjezelweni nasekuxinekeni eziyakukuxina ngakho izitha zakho kuwo wonke amasango akho. Uka jalj uñjjattʼäta |