Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 11:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Izwe uJehova uNkulunkulu wakho alinakekelayo; amehlo kaJehova uNkulunkulu wakho akulo njalo, kusukela ekuqaleni konyaka kuze kube sekupheleni konyaka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 izwe elinakekelwa nguJehova uNkulunkulu wakho; amehlo kaJehova uNkulunkulu wakho akulo njalo, kusukela ekuqaleni komnyaka kuze kube sekupheleni komnyaka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Liyizwe uSimakade uNkulunkulu wakho alinakekelayo; amehlo kaSimakade uNkulunkulu wakho ahlala eliqaphe njalo, kusukela ekuqaleni konyaka kuze kube sekupheleni kwawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 11:12
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesethi uJehova kuye: “Ngiwuzwile umkhuleko wakho nokunxusa kwakho okwenzile phambi kwami; ngiyingcwelisile le ndlu oyakhileyo ukuba ngimise igama lami khona kuze kube phakade; amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba khona njalo.


Ngize ngifike nginiyise ezweni elinjengezwe lakini, izwe likakolweni nelewayini, izwe lesinkwa nezivini, izwe lamafutha omnqumo nezinyosi, ukuze niphile, ningafi; kuHezekiya, uma eniyenga ngokuthi: ‘UJehova uyakusisindisa.


Kodwa ilihlo likaNkulunkulu wabo laliphezu kwabadala bamaJuda, ukuthi kabazange bawayeke kuze kufike udaba kuDariyu; basebephendula ngencwadi ngaloludaba.


Bheka, iso likaJehova liphezu kwabamesabayo, abathemba umusa wakhe;


Amehlo kaJehova aphezu kwabalungileyo, nezindlebe zakhe zisekukhaleleni kwabo usizo.


Uyawuthwesa umnyaka ngobuhle bakho; futhi imigwaqo yakho iconsa amafutha.


ngize ngifike nginiyise ezweni elinjengezwe lakini, izwe likakolweni nelewayini, izwe lesinkwa nezivini.


Ngiyakubeka iso lami kubo kube kuhle, ngibabuyisele kuleli zwe; ngiyakubakha, ngingababhidli; ngiyakubatshala, ngingabasindi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka