Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 11:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kodwa izwe eniya kulo ukulidla liyizwe lezintaba nezigodi, eliphuza amanzi emvula yezulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 kepha izwe eniya kulo ukulidla liyizwe lezintaba nelezigodi, liphuza amanzi emvula yezulu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 kodwa izwe eniya kulo ukuba nilidle liyizwe lezintaba nezigodi, liphuza amanzi emvula yezulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 11:11
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakho-ke uNkulunkulu ukunika amazolo ezulu namafutha omhlaba kanye nenala kakolweni newayini.


Wena, Nkulunkulu, wathumela imvula enkulu, owaqinisa ngayo ifa lakho lapho selikhathele.


Maye kuwo umqhele wokuzidla, izidakwa zakwa-Efrayimi, onkazimulo yakhe iyimbali ebunayo, ephezu kwezigodi ezivundileyo zabanqotshwe iwayini!


“Nganingenisa ezweni elinala, ukuba nidle izithelo zalo nokuhle kwalo; kepha lapho ningena, nalingcolisa izwe lami, nenza ifa lami laba yisinengiso.


Ngakho-ke, zintaba zakwa-Israyeli, zwanini izwi likaJehova; Usho kanje uJehova kuzo izintaba namagquma, nemifula, nezigodi, izinqwaba eziyincithakalo, nasemizini eyincithakalo, eseyimpango nenhlekiso kuyo insali yezizwe nxazonke;


Ngokuba izwe eningena kulo ukulidla alinjengezwe laseGibithe enaphuma kulo, lapho wahlwanyela khona imbewu yakho, wayinisela ngonyawo lwakho njengensimu yemifino.


Ngoba umhlabathi onatha izulu elifika kanengi phezu kwawo, uveze imifino ebasizayo abalinywa yibo, uyabusiswa nguNkulunkulu;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka