UDaniyeli 5:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Futhi waxoshwa phakathi kwabantwana babantu; inhliziyo yakhe yaba njengeyezilwane, nokuhlala kwakhe nezimbongolo zasendle; waze wazi ukuthi uNkulunkulu oPhezukonke uyabusa embusweni wabantu, nokuthi umisa phezu kwawo lowo athanda ukummisa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 waxoshwa kubantwana babantu; inhliziyo yakhe yaba njengeyezilwane, nenhlalo yakhe yayinezimbongolo zasendle; wadliswa utshani njengezinkabi, nomzimba wakhe wamanziswa ngamazolo ezulu, waze wazi ukuthi uNkulunkulu oPhezukonke ubusa imibuso yabantu, ubeka phezu kwayo amthandayo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202021 waxoshwa kubantwana babantu. Inhliziyo yakhe yaba njengeyezilwane, wahlala nezimbongolo zasendle; wadliswa utshani njengezinkabi, nomzimba wakhe wamanziswa ngamazolo ezulu, waze wazi ukuthi uNkulunkulu oPhezukonke ubusa imibuso yabantu, ubeka amthandayo phezu kwayo. Uka jalj uñjjattʼäta |