UDaniyeli 4:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Ngabona iphupho langethusa, nemicabango ngisembhedeni wami nobuso bekhanda lami bangethusa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ngase ngibona iphupho, langethusa; imicabango embhedeni wami nemibono yekhanda lami yangesabisa. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 Ngase ngifikelwa yiphupho, langethusa; imicabango embhedeni wami nemibono emqondweni wami yangesabisa. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kukhona indoda embusweni wakho onomoya wawonkulunkulu abangcwele; nasemihleni kayihlo kwafunyanwa kuye ukukhanya nokuqonda nokuhlakanipha njengokuhlakanipha konkulunkulu; owabeka inkosi, uyihlo uNebukadinesari, inkosi, ngithi uyihlo abe yinkosi yabathakathi, nabathwebulayo, namaKaledi, nabahlola imihlola;