Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 4:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

24 Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 4:24
41 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UDavida wamisa abalindi eSiriya eDamaseko; ama-Aramu aba yizigqili zikaDavida aletha izipho. UJehova wamvikela uDavide yonke indawo ayeya kuyo.


Indlovukazi yaseSheba isizwile umbiko kaSolomoni ngeGama likaJehova, yeza ukumvivinya ngemibuzo enzima.


Ngokuba wayehlakaniphe kunabo bonke abantu; njengo-Ethani umEzra, noHemani, noKalikoli, noDarda, amadodana kaMaholi; futhi umbiko wakhe wawuphakathi kwezizwe zonke nxazonke.


Indaba kaDavide yaphumela emazweni onke; uJehova wabeka ukumesaba kwakhe phezu kwezizwe zonke.


Manje ngawo wonke amandla ami ngilungisele indlu kaNkulunkulu wami igolide lezinto zokwenziwa ngegolide, nesiliva lezinto zesiliva nethusi okwezinto zethusi, insimbi okwezinto zensimbi nokhuni lwezinto ngokhuni; amatshe e-shohamu, namatshe okubekwa, namatshe akhazimulayo, nayo yonke imibala, nazo zonke izinhlobo zamatshe ayigugu, namatshe etshe lemabula ngobuningi.


Wathi: “Uma ulalela nokulalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, wenze okulungile emehlweni akhe, ulalele imiyalo yakhe, ugcine zonke izimiso zakhe, angiyikubeka nasinye salezi zifo. Engakwehlisela phezu kwabaseGibithe, ngokuba nginguJehova ophilisayo.


Kwase kulethwa kuye okhwelwe yidemoni, eyimpumputhe nesimungulu; wamphulukisa, kwaze kwakhuluma, wabona nempumputhe nesimungulu.


Ngalesosikhathi uHerodi umtetrarki wezwa indumela kaJesu.


Bheka, kwavela kuleyo mikhawulo owesifazane waseKhanani, wakhala kuye, wathi: “Ngihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide; Indodakazi yami ikhwelwe kabi yidemoni.


Nkosi, hawukela indodana yami, ngokuba inosathane, ikhathazekile; ngokuba iwela kaningi emlilweni, kaningi emanzini.


UJesu wamkhuza idemoni; waphuma kuye; umntwana waphulukiswa kusukela ngaleso sikhathi.


UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ekuguleni nasekuguleni konke.


Esefike ngaphesheya ezweni lamaGergasi, kwahlangana naye ababili ababenamademoni, bephuma emathuneni, benolaka olukhulu, kwaze kwangadlula muntu ngaleyondlela.


Abelusi babaleka, baya emzini, babika konke, nalokho okwehlele abakhwelwe ngamademoni.


Ethi: Nkosi, inceku yami ilele endlini ofe uhlangothi, ibuhlungu kakhulu.


Udumo lwalokhu lwanda ezweni lonke.


UJesu wayihamba imizi yonke nemizana efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa izifo zonke nezifo zonke ebantwini.


Udumo lwakhe lwanda masinyane kuso sonke isifunda saseGalile.


Kwathi sekuhlwile, ilanga selishonile, baletha kuye bonke ababegula nababekhwelwe ngamademoni.


Beza kuye bethwele umuntu ofe uhlangothi, ephethwe ngabantu abane.


Bengenakusondela kuye ngenxa yesixuku baqaqa uphahla lapho ekhona, bathi sebebhobozile behlisa uhlaka alele kulo ofe uhlangothi.


Yikuphi okulula ukuthi kofe uhlangothi: ‘Uthethelelwe izono zakho,’ noma ukuthi: ‘Vuka, uthathe uhlaka lwakho, uhambe,’ na?


(Lokhu kubalwa okokuqala kwenziwa uKhureniyu engumbusi waseSiriya.)


UJesu wabuyela eGalile ngamandla kaMoya; udumo lwakhe lwanda kuso sonke leso sikhathi.


Wayesesuka esinagogeni, wangena endlini kaSimoni. Umkhwekazi kaSimoni wayenomkhuhlane omkhulu; bamncenga.


Kodwa kwayikhona udumo lwakhe lwanda, kwabuthana izixuku ukuzolalela nokuphulukiswa nguye ezifweni zazo.


Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inamandla emhlabeni okuthethelela izono,” wathi kofe uhlangothi: “Ngithi kuwe: Vuka, uthathe uhlaka lwakho, uye endlini yakho.


Leli zindaba ngaye laphumela kulo lonke iJudiya nakulo lonke izwe langakhona.


Abanye bathi: “Lawo mazwi akusiwo awonedemoni. Idemoni lingavula amehlo ezimpumputhe na?


Ukuthi uNkulunkulu wamgcoba kanjani uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamandla, owahamba enza okuhle, ephulukisa bonke ababecindezelwe nguSathane; ngoba uNkulunkulu wayelaye.


Basebebhala izincwadi ngabo ngalendlela; Abaphostoli namalunga nabazalwane bayakhonza kubazalwane abavela kwabezizwe e-Antiyokiya, naseSiriya, naseKhilikhiya;


Wadabula iSiriya neKhilikhiya eqinisa amabandla.


Kwathi lokho sekwenzekile, beza nabanye abasesiqhingini abanezifo, baphulukiswa;


Ngokuba kwaphuma omoya abangcolileyo kwabaningi abanabo, bememeza ngezwi elikhulu; nabaningi abafe uhlangothi nabayizinyonga baphulukiswa.


UJehova waba njalo noJoshuwa; udumo lwakhe lwaba lukhulu ezweni lonke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka