Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KwabaseFilipi 3:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngasokwa ngosuku lwesishiyagalombili, ngingowohlanga luka-Israyeli, owesizwe sakwaBenjamini, umHeberu wamaHeberu; ngokomthetho ngingumFarisi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 ngasokwa ngosuku lwesishiyagalombili ngingowohlanga luka-Israyeli, owesizwe sakwaBenjamini, umHeberu wamaHeberu, ngokomthetho umFarisi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Ngasokwa ngosuku lwesishiyagalombili, ngingowohlanga luka-Israyeli, owesizwana sakwaBhenjamini, umHebheru wamaHebheru, ngokomthetho ngingumFarisi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 ngasokwa ngosuku lwesishiyagalombili, ngingowohlanga luka-Israyeli, owesizwe sakwaBenjamini, umHeberu wamaHeberu; ngokomthetho ngingumFarisi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KwabaseFilipi 3:5
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwasekufika okhululiweyo, wabikela uAbrama umHebheru; ngokuba wayehlala e-okini kaMamre umAmori, umfowabo ka-Eshikoli nomfowabo ka-Anere; futhi bahlobana no-Abrama.


Oyizinsuku eziyisishiyagalombili makasokwe phakathi kwenu, yonke indodana ezizukulwaneni zenu, ezelwe endlini noma ethengwe ngemali kunoma yimuphi umfokazi ongeyena owenzalo yakho.


Ngokuba ngempela ngebiwa ezweni lamaHeberu; nalapha angenzanga lutho ukuthi bangangifaka emgodini.


Kwakukhona kanye lathi ijaha elingumHebheru, inceku yenduna yemilindankosi; samtshela lokho, wasichazela amaphupho ethu; wachaza kwaba yilowo nalowo njengephupho lakhe.


Wathi kubo: “NgingumHeberu; ngiyamesaba uJehova uNkulunkulu wezulu, owenza ulwandle nomhlabathi owomileyo.


Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili beza ukuzosoka umntwana. Bambiza ngegama likayise uZakariya.


Kwathi seziphelile izinsuku eziyisificaminwembili zokuba umntwana asokwe, igama lakhe lathiwa uJesu, eliqanjwe ingelosi ngaphambi kokuba akhulelwe.


Kodwa iwayini elisha limelwe ukuthelwa ezimvabeni ezintsha; futhi zombili ziyalondolozwa.


Mina-ke ngingumuntu ongumJuda, owazalelwa eTarsu, umuzi waseKhilikhiya, nokho ngakhulela kulo muzi ngasezinyaweni zikaGamaliyeli, ngifundisiwe ngomthetho wawoyise opheleleyo, ngishisekela uNkulunkulu, njengoba ninjalo nonke namuhla.


Kodwa uPawuli esekwazi ukuthi enye ingxenye ingabaSadusi lelinye ingabaFarisi, wamemeza emphakathini wathi: Madoda, bazalwane, mina ngingumFarisi, indodana yomFarisi; umbuzo.


Ngalezo zinsuku, abafundi banda, kwavela ukukhonona kwabekhuluma isiGreki ngamaHeberu, ngokuba abafelokazi bawo babenganakwa enkonzweni yezinsuku zonke.


Ngakho ngithi: UNkulunkulu ubalahlile abantu bakhe na? UNkulunkulu akakuvumeli. Ngokuba nami ngingumIsrayeli, wenzalo ka-Abrahama, wesizwe sakwaBenjamini.


BangamaHebheru na? nami nginjalo. Bangama-Israyeli na? nami nginjalo. Bayinzalo ka-Abrahama na? nami futhi.


Lapho amaFilisti esizwa izwi lokukhamuluka athi: “Uthini umsindo walokhu kumemeza okukhulu ekamu lamaHeberu na?” Base beqonda ukuthi umphongolo kaJehova ufikile ekamu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka