KumaHeberu 8:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Abayikufundisa, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe, nalowo umfowabo, ngokuthi: ‘Yazi uJehova,’ ngokuba bonke bayakungazi, kusukela komncane kuze kufike komkhulu wabo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Abasayikufundisa kube yilowo nalowo owakubo, nalowo umfowabo, ngokuthi: ‘Yazi INkosi;’ ngokuba bonke bayakungazi, kusukela komncane kuze kufike komkhulu wabo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Abasayukufundisana, kube yilowo nalowo efundisa owakubo, nomunye efundisa umfowabo, ethi: ‘Yazi iNkosi.’ Ngokuba bonke bayakungazi, kusukela kwabancane kuya kwabadala. Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible11 Abayikufundisa, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe, nalowo umfowabo, ngokuthi: ‘Yazi uJehova,’ ngokuba bonke bayakungazi, kusukela komncane kuze kufike komkhulu wabo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngiyakuthatha insali yakwaJuda ebhekise ubuso bayo ukuba iye ezweni laseGibithe ukuba igogobale khona, futhi iyoqedwa yonke, iwe ezweni laseGibithe; bayoqedwa ngisho nangenkemba nangendlala; bayakufa, kusukela komncane kuye komkhulu ngenkemba nangendlala; bayakuba yinhlekisa, nesimangaliso, nesiqalekiso, nesihlamba.