Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 13:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kalokhu ngiyanitshela kungakenzeki, ukuze, nxa sekwenzeka, nikholwe ukuthi nginguye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “Kusukela manje ngiyanitshela kungakenzeki ukuba, nxa sekwenzeka, nikholwe ukuthi nginguye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 “Kusukela manje ngiyanitshela kungakenzeki, ukuze nxa sekwenzeka, nikholwe ukuthi ngiNguye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Kalokhu ngiyanitshela kungakenzeki, ukuze, nxa sekwenzeka, nikholwe ukuthi nginguye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 13:19
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Tshengisani okuzayo, ukuze sazi ukuthi ningonkulunkulu: yebo, yenzani okuhle noma nenze okubi, ukuze sesabe, sikubone kanyekanye.


Ningofakazi bami, usho uJehova, nenceku yami engiyikhethileyo ukuba nazi, nikholwe yimi, niqonde ukuthi yimi;


Ngimemezele kini kusukela ekuqaleni; kungakenzeki ngakubonisa, ukuze ungasho ukuthi: ‘Isithombe sami sikwenzile, nesithombe sami esibaziweyo nesithombe sami esibunjiweyo sakuyala.’


Bheka, ngiyathuma isithunywa sami, futhi siyakulungisa indlela phambi kwami; iNkosi eniyifunayo iyakufika ngokuzuma ethempelini layo, isithunywa sesivumelwano enithokoza ngaso; bheka, uyeza, usho uJehova Sebawoti.


Basesithi kuye: Wena unguye ozayo yini, kumbe silindele omunye?


Bhekani, nginitshelile ngaphambili.


Kuzaphendukela kini kube ngubufakazi.


UJohane wafakaza ngaye, wamemeza wathi: “Nguyena lo ebengisho ngaye ukuthi: ‘Lowo ozayo emva kwami mkhulu kunami, ngokuba wayekhona kuqala kunami.


Kalokhu nginitshelile kungakenzeki, ukuze, nxa sekwenzeka, nikholwe.


Kepha nginitshelile lezizinto, ukuze kuthi lapho kufika isikhathi, nikhumbule ukuthi nganitshela khona. Futhi lezi zinto angishongo kini ekuqaleni, ngoba nganginani.


UJesu wathi kuye: Mina engikhuluma lawe nginguye.


Khona uJesu wathi kubo: “Nxa seniyiphakamisile iNdodana yomuntu, khona nizakwazi ukuthi nginguye nokuthi angenzi lutho ngokwami; kodwa njengoba uBaba engifundisile, ngikhuluma lezizinto.


UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: U-Abrahama engakabi khona, mina ngikhona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka