Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 9:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 nalapha unegunya kubapristi abakhulu lokubopha bonke ababiza igama lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 nalapha unamandla avela kubapristi abakhulu okubopha bonke abakhuleka egameni lakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 nalapha unegunya alithole kubaphristi abakhulu lokuzobopha bonke abakhuleka egameni lakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 nalapha unegunya kubapristi abakhulu lokubopha bonke ababiza igama lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 9:14
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha konke lokhu bayakukwenza kini ngenxa yegama lami, ngokuba bengamazi ongithumileyo.


Manje ulibelelani na? sukuma ubhapathizwe, uhlanze izono zakho, ubize igama leNkosi.


Bamkhanda ngamatshe uStefanu, ebiza uNkulunkulu, ethi: “Nkosi Jesu, yamukela umoya wami.


Kepha bonke abamuzwayo bamangala, bathi; Lo akusiye yini owabhubhisa eJerusalema ababiza leli gama, futhi uze lapha ngale njongo, ukuze abayise kubapristi abakhulu beboshiwe?


kulo ibandla likaNkulunkulu eliseKorinte, kubo abangcwelisiwe kuKristu Jesu, ababizelwe ukuba ngabangcwele, kanye nabo bonke ezindaweni zonke abakhuleka egameni leNkosi yethu uJesu Kristu, eyabo neyethu;


Kepha balekela izinkanuko zobusha, kepha ulandele ukulunga, nokukholwa, nothando, nokuthula kanye nabakhuleka eNkosini ngenhliziyo emhlophe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka