Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 7:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ndodana yami, gcina amazwi ami, ugcine imiyalo yami kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ndodana yami, gcina amazwi ami, uzibekelele imiyalo yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Ndodana yami, gcina amazwi ami, uzilondele imiyalelo yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 7:1
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Yamukela umthetho ophuma emlonyeni wakhe, ugcine amazwi akhe enhliziyweni yakho.


Ndodana yami, yizwa ukulaya kukayihlo, ungawushiyi umthetho kanyoko.


Abahlakaniphileyo bayabuthelela ukwazi, kepha umlomo weziwula useduze nokubhujiswa.


Ndodana yami, ungakhohlwa umthetho wami; kepha inhliziyo yakho mayigcine imiyalo yami.


Makungasuki emehlweni akho; zigcine enhliziyweni yakho.


Izinyawo zakhe zehlela ekufeni; izinyathelo zakhe zikhuphukela esihogweni.


Ndodana yami, gcina umyalo kayihlo, ungawushiyi umthetho kanyoko.


Ngeke acabangele ukuhlengwa; futhi ngeke aneliseke, ngisho noma umnika izipho eziningi.


Kodwa yena wathi: Yebo kodwa kakhulu babusisiwe abalizwayo ilizwi likaNkulunkulu, baligcine.


Kodwa esemhlabathini omuhle, yilabo abathi belizwile izwi, baligcine ngenhliziyo enhle nelungileyo, bathele izithelo ngokubekezela.


UJesu waphendula wathi kuye: “Uma umuntu engithanda, uyakugcina amazwi ami, noBaba uyakumthanda;


Khumbulani izwi engalikhuluma kini: Inceku ayinkulu kunenkosi yayo. Uma bengizingele mina, nani bayakunizingela; uma beligcinile izwi lami, bayakuligcina nelenu.


Futhi isiqalekiso, uma ningayilaleli imiyalo kaJehova uNkulunkulu wenu, kodwa niphambuka endleleni enginiyala ngayo namuhla ukulandela abanye onkulunkulu eningabazi.


Ubusisiwe ofundayo, nabawezwayo amazwi alesi siprofetho, bagcine okulotshiweyo kuso, ngokuba isikhathi siseduze.


Yathi kimi: “Bheka, ungakwenzi, ngokuba ngiyinceku kanye nawe, nabazalwane bakho abaprofethi, nabagcina amazwi ale ncwadi;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka