Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 1:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Baqamekela igazi labo; bacathamela ukuphila kwabo ekusithekeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha laba baqamekela elabo igazi, babhacela okwabo ukuphila.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 Laba baqamekela elabo igazi, balala unyendle belalela impilo yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 1:18
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


UJehova uyaziwa ngesahlulelo sakhe; omubi uhileleke emsebenzini wezandla zakhe. I-Higgaion. Sela.


Uma bethi: “Hamba nathi, silindele igazi, sifune abangenacala ngasese ngeze.


Impela inetha lendlalelwa ize phambi kwamehlo azo zonke izinyoni.


Njengobe ukulunga kuholela ekuphileni, kanjalo nophishekela okubi ulandela kuze kube sekufeni kwakhe.


Ukulunga kopheleleyo kuyakuqondisa indlela yakhe, kodwa omubi uyakuwa ngobubi bakhe.


Umuntu owenza ubudlova ngegazi lomuntu kumelwe abalekele emgodini; ungavumeli muntu ukuthi amvimbe.


Kepha ngobulukhuni bakho nenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka