Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 1:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Zinjalo izindlela zabo bonke abazuzayo; ethatha impilo yabanikazi bayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Zinjalo izindlela zabo bonke abaphanga impango; iyasusa ukuphila komniniyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 Zinjalo izindlela zabo bonke abathola inzuzo ngokungafanele; leyo nzuzo iyakuthatha impilo yomniniyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 1:19
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma ngidle izithelo zawo ngaphandle kwemali, noma bafe abanikazi bawo;


Ububi bakhe buyakubuyela phezu kwekhanda lakhe, nobudlova bakhe buyokwehlela okhakhayini lwakhe.


Ukuhlakanipha kumemeza ngaphandle; uzwakalisa izwi lakhe ezitaladini.


Onenzuzo ufaka indlu yakhe osizini; kepha ozonda izipho uyakuphila.


Ohlanganyela nesela uzonda umphefumulo wakhe; ezwa isiqalekiso angasikhapheli.


Kukhona ububi obukhulu engibubonile phansi kwelanga, ingcebo egcinelwe abaniniyo kube kubi kubo.


Wo kuye ofisela indlu yakhe inzuzo embi, ukuze abeke isidleke sakhe phezulu, akhululwe emandleni omubi!


Ongadakwanga iwayini, ongesiye oshayayo, ongahaheli inzuzo embi; kodwa ibekezele, ingabi yingxabano, ingabi ngabahahayo;


Lapho ngabona empangweni ingubo enhle yaseBhabhiloni namashekeli angamakhulu amabili esiliva nesiphetho segolide esinesisindo esingamashekeli angamashumi amahlanu, ngakufisa, ngathatha; bheka, kuthukusiwe emhlabathini phakathi kwetende lami, nesiliva liphansi kwakho.


Wayesethi uJoshuwa: “Usethuseleni na? uJehova uyakunesabisa namuhla. Wonke u-Israyeli wamkhanda ngamatshe, wabashisa ngomlilo, esebakhanda ngamatshe.


Ngokuhaha bayakunenza ngamazwi obuqili; ukwahlulelwa kwabo kwakudala akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka