Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsAmbulo 9:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kwaphuma isikhonyane emsini, seza emhlabeni, saphiwa amandla anjengamandla ofezela bomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kwaphuma isikhonyane emsini, seza emhlabeni, sanikwa amandla njengamandla abanawo ofezela bomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Kwaphuma isikhonyane entuthwini, saqonda emhlabeni, sanikwa amandla afana nalawo anikwa ofezela bomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Kwaphuma isikhonyane emsini, seza emhlabeni, saphiwa amandla anjengamandla ofezela bomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsAmbulo 9:3
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Manje lapho ubaba enithwese ijoka elinzima, mina ngizonezela ejokeni lenu;


Ngokuba lapho ubaba wanithwesa ijoka elinzima, mina ngiyakuneka futhi ejokeni lenu;


Wabaphendula njengeseluleko sezinsizwa, wathi: “Ubaba walenza ijoka lenu laba nzima, kepha mina ngiyakunezela kulokho; ubaba wanishaya ngezitswebhu, kepha mina ngiyakunishaya ngawofezela.”


Impango yenu iyobuthwa njengokubuthwa kwezibungu; njengokuzulazula kwesikhonyane uyogijima phezu kwabo.


Wena-ke, ndodana yomuntu, ungabesabi, ungawesabi amazwi abo, nakuba ukhula oluhlabayo nameva kukhona kuwe, uhlezi phakathi kwawofezela; ungawesabi amazwi abo, ungapheli amandla emehlweni abo, bayindlu edlubulundayo.


Okusalayo kwesundu kwadliwa yisikhonyane; okwasalayo kwadliwa yinkumbi; okwasalayo kwadla amacimbi.


Ngiyakunibuyisela iminyaka eyadliwa yisikhonyane, nezimpethu, nezinkumbi, nempethu, impi yami enkulu engayithuma phakathi kwenu.


Lapho umlilo uyakukuqeda; inkemba iyakukunquma, ikudle njengenkumbi; ukwenze ufane kakhulu nenkasa, ukwenze ufane kakhulu nesikhonyane.


Umqhele wakho unjengesikhonyane, nezikhulu zakho zinjengesikhonyane esikhulu esimisa ezintangeni ngosuku lwamakhaza, kepha ekuphumeni kwelanga ziyabaleka, nendawo yaso ingaziwa ukuthi ziphi.


Bonang, ke le neile matla a ho hata dinoha le diphepheng, le matla ohle a sera;


owanihola ogwadule olukhulu nolwesabekayo, okwakukhona kulo izinyoka ezinomlilo nawofezela nesomiso, lapho kwakungekho manzi khona; owanikhiphela amanzi edwaleni;


Sase sinikwa ukuba singababulali, kodwa bahlushwe izinyanga eziyisihlanu; nobuhlungu babo kwakunjengobuhlungu bukafezela, lapho eshaya umuntu.


Nesimo sesikhonyane sasifana namahhashi alungiselwe ukulwa; emakhanda azo kukhona okunjengemiqhele efana negolide, nobuso bazo bunjengobuso babantu.


AbakwaMidiyani nama-Amaleki nabo bonke abantwana basempumalanga babelele esigodini njengesikhonyane ngobuningi; namakamela abo ayengenakubalwa ngangesihlabathi solwandle ngobuningi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka