Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsAmbulo 1:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Izinyawo zakhe zazifana nethusi elicwengekileyo, sengathi zishiswe esithandweni; lelizwi lakhe linjengomsindo wamanzi amanengi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 nezinyawo zakhe zifana nethusi elikhazimulayo sengathi zazishiswe esithandweni, nezwi lakhe linjengenhlokomo yamanzi amaningi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Izinyawo zakhe zazifana nethusi elikhazimula sengathi lisesithandweni somlilo, izwi lakhe linjengokuhlokoma kwamanzi amaningi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Izinyawo zakhe zazifana nethusi elicwengekileyo, sengathi zishiswe esithandweni; lelizwi lakhe linjengomsindo wamanzi amanengi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsAmbulo 1:15
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehova oPhezukonke unamandla kunokuhlokoma kwamanzi amaningi, yebo, kunamaza amakhulu olwandle.


Izizwe ziyobhonga njengokuhlokoma kwamanzi amaningi, kodwa uNkulunkulu uyozisola, futhi ziyobalekela kude futhi zixoshwe njengamakhoba ezintabeni phambi komoya nanjengokuhenguza phambi kwesiphepho.


Lapho zihamba, ngezwa umsindo wamaphiko azo, njengomsindo wamanzi amaningi, njengezwi likaSomandla, nomsindo wokukhuluma, njengomsindo webutho; lapho emi, zehlisa amaphiko azo.


Izinyawo zazo zaziyizinyawo eziqondile; amathe ezinyawo zazo ayenjengamathe onyawo lwethole, ayekhazimula njengombala wethusi elikhazimulayo.


Wangiyisa khona; bheka, kwakukhona umuntu okubonakala kunjengethusi, ephethe umucu wefilakisi esandleni sakhe, nodondolo lokulinganisa; wema esangweni.


Bheka, inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yavela ngasempumalanga, nezwi lakhe lalinjengomsindo wamanzi amaningi, nomhlaba wakhanya ngenkazimulo yakhe.


Umzimba wakhe wawunjengoboya, nobuso bakhe bunjengokubonakala kombani, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengethusi elimibalabala, nomsindo wamazwi akhe njengezwi lesixuku.


Ngase ngibona enye ingelosi enamandla yehla ezulwini, yembethe ifu, kunothingo ekhanda layo, nobuso bayo bunjengelanga, nezinyawo zayo zinjengezinsika zomlilo;


Ngasengisizwa ilizwi livela ezulwini, linjengelizwi lamanzi amanengi, lelizwi lokuduma okukhulu, ngezwa ilizwi labahlabeleli bebetha amahabhu abo;


Ngezwa kungathi izwi lesixuku esikhulu, kungathi izwi lamanzi amaningi, nanjengezwi lokuduma okukhulu, lithi: “Haleluya!


Nakuyo ingelosi yebandla laseThiyathira loba ukuthi: “Nakhu ikushoyo iNdodana kaNkulunkulu, enamehlo anjengelangabi lomlilo, nezinyawo zayo zifana nethusi elikhazimulayo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka