Hoseya 9:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Abanakunikela ngewayini kuJehova, futhi abayikumthokozisa; izisulu zabo ziyoba njengesinkwa sokulila kubo; bonke abakudlayo bayakuba ngabangcolile, ngokuba isinkwa sabo asiyikungena endlini kaJehova ngenxa yomphefumulo wabo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Abayikuthululela uJehova iwayini; imihlatshelo yabo ayiyikuba mihle kuye, isinkwa sabo sibe njengesinkwa sabalilayo; bonke abasidlayo bayakungcola, ngokuba isinkwa sabo siyakuba ngesephango, singangeni endlini kaJehova. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20204 Abayukumthungela uSimakade iwayini, nemihlatshelo yabo ayiyukuba yintokozo kuye, isinkwa sabo siyakuba njengesinkwa sokulila kubo, kuthi bonke abasidlayo bazingcolise bona. Ngokuba isinkwa sabo singesephango labo, asiyukungena endlini kaSimakade. Uka jalj uñjjattʼäta |