Esteri 4:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Ezifundeni zonke nomaphi lapho kwafika khona izwi lenkosi nesimiso sayo, kwaba khona ukulila okukhulu phakathi kwabaJuda, nokuzila ukudla, nokukhala, nokukhala; abaningi balala bembethe amasaka nomlotha. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Kuzo zonke izifunda lapho kwafika khona izwi lenkosi nomthetho wayo, kwaba khona ukulila okukhulu phakathi kwabaJuda, nokuzila ukudla nokukhala ngezinyembezi, nokulila; abaningi balala phansi bembethe izindwangu zamasaka nomlotha. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 Kuzo zonke izifundazwe lapho kwafinyelela khona izwi lenkosi nomthetho wayo, kwaba nomsindo wokulila okukhulu kubaJuda; bazila ukudla, bakhala, balila, iningi labo lalala phansi ligqoke indwangu eyisaka, lazithela ngomlotha. Uka jalj uñjjattʼäta |
Base bebizwa ababhali benkosi ngosuku lweshumi nantathu lwenyanga yokuqala, kulotshiwe njengakho konke uHamani ayekushilo ezikhulwini zenkosi nakubabusi ababephezu kwezifunda zonke, nakubabusi babo bonke abantu abavela emazweni. Isifunda ngasinye ngombhalo waso, nabantu, yileso naleso ngolimi lwaso; kwalotshwa egameni lenkosi u-Ahashiveroshi, kwatywinwa ngendandatho yenkosi.