Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 10:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Zonke izenzo zamandla akhe, namandla akhe, nesimemezelo sobukhulu bukaMoridekayi, inkosi eyamkhulisa ngabo, angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi aseMediya nasePheresiya?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Zonke izenzo zegunya lakhe namandla akhe, nayo yonke indaba yobukhulu bukaMoridekayi inkosi eyayimkhulisela kubo angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi aseMediya nasePheresiya na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Zonke izinto ezinkulu, nezimangalisayo azenzayo, nendaba yonke yokukhushulelwa kukaMoridekhayi esikhundleni esikhulu, kubhaliwe emilandweni yamakhosi amaMediya namaPheresiya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 10:2
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ezinye izindaba zikaSolomoni, nakho konke akwenzayo, nokuhlakanipha kwakhe, angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla kaSolomoni na?


Ezinye izindaba zikaJerobowamu, ukuthi walwa kanjani nokuthi wabusa kanjani, bheka, kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwa-Israyeli.


Ezinye izindaba zika-Ahabi, nakho konke akwenzayo, nendlu yophondo lwendlovu ayakhayo, nemizi yonke ayakhayo, angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwa-Israyeli na?


Lapho indaba isiphenyisiswa, yafunyanwa; baphanyekwa bobabili emthini, kwalotshwa encwadini yezindaba zemihla ngemihla phambi kwenkosi.


Ngalobo busuku inkosi ayizange ilale ubuthongo, yayala ukuba kulethwe incwadi yemilando; zafundwa phambi kwenkosi.


UMoridegayi wasuka enkosini egqoke izingubo zobukhosi eziluhlaza nokumhlophe, enomqhele omkhulu wegolide, nangengubo yelineni elicolekileyo nokububende; umuzi waseShushani wathokoza, wajabula.


Inkosi yakhumula indandatho yayo ebiyithathile kuHamani, yayinika uMoridekayi. U-Esteri wabeka uMoridekayi phezu kwendlu kaHamani.


Ngokuba uMoridekayi wayemkhulu endlini yenkosi, nodumo lwakhe lwaphumela ezifundeni zonke, ngokuba lowo muntu uMoridekayi waba mkhulu ngokuba mkhulu.


Wena wanginika isihlangu sensindiso yakho, isandla sakho sokunene sangibamba, lomusa wakho wangikhulisa.


Inkosi yasimphakamisa uDaniyeli, yamupha izipho ezinkulu ezinengi, yammisa waba ngumbusi phezu kwesifunda sonke saseBhabhiloni lenduna yababusi phezu kwabo bonke abahlakaniphileyo beBhabhiloni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka