Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 90:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Umkhuleko kaMose, umuntu kaNkulunkulu. Nkosi, wena uyisiphephelo sethu ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nkosi, wena uyisiphephelo sethu ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Nkosi, Wena uyisiphephelo sethu izizukulwane ngezizukulwane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 90:1
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, kwafika umuntu kaNkulunkulu evela kwaJuda ngezwi likaJehova, weza eBethele; uJerobowamu wayemi ngase-altare enyusa impepho.


Yiba yindawo yami yokuhlala yaphakade engingaphephela kuyo njalonjalo; Wayala ukuba ngisindise; ngokuba wena uyidwala lami nenqaba yami.


Ngiyakuhlabelela ngomusa kaJehova kuze kube phakade; ngomlomo wami ngiyakumemezela ukuthembeka kwakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Ohlala endaweni yokucasha yoPhezukonke uyakuhlala emthunzini kaSomandla.


Ngoba umenzile uJehova, oyisiphephelo sami, oPhezukonke waba yindawo yakho yokuhlala;


Uyakuba yindlu engcwele; kodwa njengetshe lesikhubekiso nedwala lokuwisa kuzo zombili izindlu zakwa-Israyeli, abe lugibe nogibe kwabakhileyo eJerusalema.


Ngakho yithi: Itsho njalo iNkosi uJehova; Noma ngibajikijela kude phakathi kwezizwe, ngibahlakazele emazweni, nokho ngiyakuba yindlu engcwele kubo omncane emazweni abayakufika kuwo.


Wena Jehova, Nkulunkulu wami, oNgcwele wami, awungowaphakade na? ngeke sife. Jehova, wabamisela ukwahlulela; futhi, O Nkulunkulu onamandla, wabaqinisekisa ukuba baqondiswe.


Odla inyama yami, anathe igazi lami, uhlala kimi, nami kuye.


Lesi yisibusiso uMozisi, umuntu kaNkulunkulu, abusisa ngaso abantwana bakoIsrayeli engakafi.


UNkulunkulu waphakade uyisiphephelo sakho, futhi ngaphansi kukhona izingalo zaphakade; futhi Uyoxosha isitha phambi kwenu; futhi uzothi: “Babhubhise.”


Kodwa wena muntu kaNkulunkulu, zibaleke lezizinto; futhi ulandele ukulunga, ukwesaba uNkulunkulu, ukholo, uthando, ukubekezela, ubumnene.


Thina siyalwazi, sakholwa wuthando uNkulunkulu analo kithina. UNkulunkulu uluthando; futhi ohlala othandweni uhlala kuNkulunkulu, noNkulunkulu kuye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka