Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 78:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Basebecela kuNkulunkulu enhliziyweni yabo ngokucela ukudla kwenkanuko yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Bamlinga uNkulunkulu enhliziyweni yabo ngokucela ukudla abakufisayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 Bamlinga uNkulunkulu enhliziyweni yabo ngokucela ukudla ababekufisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 78:18
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lapho oyihlo bangilinga, bangivivinya, babona umsebenzi wami.


Ngakho abantu baphikisana loMozisi besithi: Siphe amanzi, siphuze. Wayesethi uMose kubo: “Niphikisana nami na? ubuzani eNkosini?


Wabiza indawo ngokuthi iMasa neMeriba ngenxa yokuxabana kwabantwana bakwa-Israyeli nangenxa yokubuza kwabo uJehova ngokuthi: “Ingabe uJehova uphakathi kwethu noma qha?


Isixuku esasiphakathi kwabo salamba, nabantwana bakwa-Israyeli baphinda bakhala, bathi: “Ngubani ozosinika inyama ukuba sidle na?”


Lezizinto zaba yizibonelo kithi, ukuze singafisi okubi, njengalokhu bona bafisa.


Futhi masingamlingi uKristu, njengabanye kubo bamlinga, babulawa yizinyoka.


Aniyikumlinga uJehova uNkulunkulu wenu njengalokho namlinga eMasa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka