AmaHubo 68:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Nigxumelani nina zintaba eziphakemeyo? iyigquma uNkulunkulu afuna ukuhlala kulo; yebo, uJehova uyakuhlala kulo kuze kube phakade. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Nina zintaba ezineziqongo, yini ukuba niyibuke ngomhawu intaba uNkulunkulu athanda ukuhlala kuyo na? Yebo, uJehova uyakuhlala kuyo kuze kube phakade. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202016 Kungani nina zintaba ezimagqumagquma nibuka, niyibuka ngonya intaba uNkulunkulu athanda ukuhlala kuyo na? Yebo, uSimakade uzohlala kuyo kuze kube phakade. Uka jalj uñjjattʼäta |