Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 68:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Intaba kaNkulunkulu injengentaba yaseBashani; intaba ephakeme njengentaba yaseBashani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Intaba yaseBashani iyintaba kaNkulunkulu; intaba yaseBashani iyintaba eneziqongo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Intaba kaNkulunkulu yintaba iBhashani; intaba eneziqongo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 68:15
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nokho ngibeke inkosi yami entabeni yami engcwele iZiyoni.


Yalusa abantu bakho ngentonga yakho, umhlambi wefa lakho ohlala wodwa ehlathini phakathi kweKarmeli; mabadle eBashani nakwaGileyadi njengasezinsukwini zasendulo.


yonke imizi yaseThafeni, nalo lonke elakwaGileyadi, nalo lonke iBashani, kuze kube seSaliga nase-Edireyi, imizi yombuso ka-Ogi eBashani.


U-Abimeleki wakhuphukela entabeni yaseSalimoni, yena nabo bonke abantu ababenaye; u-Abimeleki waphatha imbazo ngesandla sakhe, wagawula igatsha ezihlahleni, walithatha, walibeka ehlombe lakhe, wathi kubantu ababe naye: “Sheshani eningibona ngikwenza. Ngenze njengoba ngenzile.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka