Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 18:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 UJehova ungivuzile njengokulunga kwami; wangibuyisela njengokuhlanzeka kwezandla zami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UJehova wangivuza ngokokulunga kwami; wangibuyisela njengokuhlanzeka kwezandla zami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 USimakade ungiklomelisile, ngoba ngenza intando yakhe, ungenzele okuhle, ngoba ngimsulwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 18:20
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyakusindisa isiqhingi sabangenacala, sisindiswe ngokuhlanzeka kwezandla zakho.


Kanjalo ubeyakunisusa ekubandezelekeni, akuyise endaweni ebanzi lapho kungekho khona usizi; okubekwe phezu kwetafula lakho kuyakugcwala amanoni.


Ngambiza uJehova ngisekuhluphekeni; uJehova wangiphendula, wangibeka endaweni enkulu.


Ngakho uJehova wangibuyisela njengokulunga kwami, njengobumsulwa bezandla zami phambi kwamehlo akhe.


Onezandla ezihlanzekileyo nenhliziyo ehlanzekileyo; ongaphakamiseli umphefumulo wakhe ezeni nongafunganga amanga.


Ngiyakugeza izandla zami ngingenacala; kanjalo ngiyakuzungeza i-altare lakho, Jehova;


Yiba nomusa kimi, Jehova, ngoba ngisosizini; iso lami liphelile usizi, yebo, umphefumulo wami nesisu sami.


Ngakho omunye uyakuthi: Impela, kukhona umvuzo kwabalungileyo; impela unguNkulunkulu owahlulelayo emhlabeni.


Jehova Nkulunkulu wami, uma ngikwenzile; uma kukhona ububi ezandleni zami;


UJehova uyakwahlulela izizwe; ngahlulele, Jehova, njengokulunga kwami nangobuqotho bami obukimi.


Omubi wenza umsebenzi wenkohliso, kepha ohlwanyela ukulunga unomvuzo omisiwe.


Ngase ngithi: “Ngishiyile, ngichithe amandla ami, ngazikhandla ngeze; nokho ilungelo lami likuJehova, nomsebenzi wami ukuNkulunkulu wami.


Bhekani, uJehova umemezele kuze kube sekugcineni komhlaba: “Yishoni endodakazini yaseSiyoni ukuthi: “Bheka, insindiso yakho iyeza; bheka, inkokhelo yakhe inaye, uyasebenza phambi kwakhe.


ukuze isipho sakho sibe sekusithekeni, noYihlo obona ekusithekeni uyakukuvuza.


Kepha otshalayo noniselayo bamunye, kepha yilowo nalowo uyakwamukeliswa owakhe umvuzo ngokomshikashika wakhe.


Ngokuba umpristi omkhulu onjalo usifanele, ongcwele, ongenacala, ongenabala, owahlukanisiwe nezoni, ophakanyiswe ngaphezu kwamazulu;


Wathi kuDavide: “Wena ulungile kunami, ngokuba ungibuyisele okuhle, mina ngikuphindisele okubi.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka