Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 146:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ningathembeli ezikhulwini nasendodaneni yomuntu okungekho kuyo ukusiza.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ningethembi ezikhulwini nasendodaneni yomuntu okungekho kuyo ukusiza.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Ningathembeli ezikhulwini nasemadodaneni abantu, eningeke nathola lusizo kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 146:3
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi: “Uma uJehova engakusizi, mina ngiyakukusiza ngani na?” esitezini noma emshinini wokukhandela?


Ngaleso sikhathi uHanani umboni weza ku-Asa inkosi yakwaJuda, wathi kuye: “Ngokuba wencika enkosini yase-Aramu, ungathembelanga kuJehova uNkulunkulu wakho, ngalokho impi yenkosi yase-Aramu yaphunyuka esandleni sakho isandla sakho.


Siphe usizo osizini, ngokuba usizo lomuntu luyize.


Siphe usizo ekuhluphekeni, ngoba usizo lomuntu luyize.


Ngempela, abantu abaphansi bayize, nabantu abaphakeme bangamanga;


Yekani kumuntu omoya wakhe usemakhaleni akhe, ngokuba uyakubalwa ngani na?


Ngalolo suku, usho uJehova Sebawoti, isikhonkwane esibethelwe endaweni emisiwe siyakususwa, sinqunywe, siwe; nomthwalo owawukuyo kumelwe unqunywe, ngoba uJehova ukukhulumile.


AbaseGibithe bangabantu, abasiye uNkulunkulu; namahhashi abo ayinyama, awawona umoya. Uma uJehova eselula isandla sakhe, abasizayo bayakuwa, nabasizwayo bayakuwa, bahluleke kanyekanye.


U-Isaya wathi kubo: “Niyakusho kanje enkosini yenu: Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ungawesabi amazwi owazwileyo, izinceku zenkosi yase-Asiriya ezingihlebe ngawo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka