AmaHubo 12:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 UJehova uyakunquma zonke izindebe ezithophayo nolimi olukhuluma izinto ezizidlayo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UJehova uyakunquma zonke izindebe ezithophayo, ulimi olukhuluma amazwi amakhulu, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 Sengathi uSimakade angazinquma izindebe ezithophayo, ulimi olukhuluma amazwi okuziqhayisa. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ndodana yomuntu, yisho enduneni yaseTire, uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngoba inhliziyo yakho iphakeme futhi wena wathi: NginguNkulunkulu, ngihlezi esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu, phakathi kolwandle; nokho ungumuntu hhayi uNkulunkulu, ngisho noma ubeka inhliziyo yakho njengenhliziyo kaNkulunkulu.