Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 9:54 - Contemporary Zulu Bible 2024

54 Wayeseshesha wabiza udibi lwezikhali zakhe, wathi kulo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale, ukuze abantu bangasho ngami ukuthi: ‘Ubulewe ngowesifazane.’ Nensizwa yakhe yamphusha washona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 Wayeseshesha ebiza udibi olwaluphethe izikhali zakhe, wathi kulo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale ukuba abantu bangasho ngami ukuthi: ‘Wabulawa ngowesifazane.’ ” Udibi lwakhe lwase lumgwaza, wafa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

54 Masinyane wabiza insizwa eyayiwudibi lwakhe, wathi kuyo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale ukuze abantu bangathi ngami: ‘Wabulawa ngowesifazane.’ ” Insizwa yamgwaza wafa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 9:54
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngema phezu kwakhe, ngambulala, ngokuba ngangazi ukuthi akayikuphila emva kokuwa kwakhe; ngase ngithatha umqhele owawusekhanda lakhe nesongo elisengalweni yakhe ngakuletha lapha enkosini yami.


Wathi ebheka emva kwakhe, wangibona, wangibiza; Futhi ngiyaphendula: Nangu mina.


Wabuye wathi kimi: “Yima phezu kwami, ungibulale, ngokuba usizi lungehlele, ngokuba umphefumulo wami usaphelele kimi.”


noSeleki umAmoni, noNaharayi waseBeyeroti, udibi lwezikhali zikaJowabe, indodana kaSeruya,


USawule wayesethi odibini lwezikhali zakhe: “Hosha inkemba yakho, ungigwaze ngayo; hlezi laba abangasokile beze banginukubeze. Kodwa umthwali wezikhali zakhe wala; ngoba wayesaba kakhulu. USawuli wasethatha inkemba wawela phezu kwayo.


Lapho udibi lwezikhali zakhe lubona ukuthi uSawule ufile, lwawela phezu kwenkemba, lwafa.


noSeleki umAmoni, noNaharayi umBeroti, udibi lwezikhali zikaJowabe indodana kaSeruya,


Wathi: “Impela ngiyakuhamba nawe; ngoba uJehova uzathengisa uSisera esandleni sowesifazana. UDebora waqeda, wahamba noBaraki eKedeshi.


Kwathi amadoda akwa-Israyeli ebona ukuthi u-Abimeleki ufile, aya, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe.


Abalindi baphendula uJonathani nodibi lwezikhali zakhe, bathi: “Khuphukelani kithi, sinibonise utho.” UJonathani wasesithi odibini lwezikhali zakhe: Yenyuka emva kwami, ngoba iNKOSI ibanikele esandleni sikaIsrayeli.


UJonathani wagibela izandla zakhe nangezinyawo zakhe, nodibi lwezikhali zakhe emva kwakhe, bawa phambi kukaJonathani; nodibi lwezikhali zakhe lwabulala emva kwakhe.


Lokhu kubulala kokuqala uJonathani nodibi lwezikhali zakhe abakwenzayo kwakungamadoda angaba amashumi amabili, njengengxenye yehektare yezwe, ababengalima ijoka lezinkomo.


USawuli wasesithi emadodeni ayelaye: Balani libone ukuthi ngubani osuke kithi. Sebebala, uJonathani nodibi lwakhe babengekho.


Udibi lwezikhali zakhe lwathi kuye: “Yenza konke okusenhliziyweni yakho; bheka, nginawe ngokwenhliziyo yakho.


UDavide wafika kuSawule, wema phambi kwakhe, wamthanda kakhulu; waba ludibi lwezikhali zakhe.


Ngakho uSawule namadodana akhe amathathu nodibi lwezikhali zakhe nabo bonke abantu bakhe bafa kanyekanye ngalusuku lunye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka