AbAhluleli 9:48 - Contemporary Zulu Bible 202448 U-Abimeleki wakhuphukela entabeni yaseSalimoni, yena nabo bonke abantu ababenaye; u-Abimeleki waphatha imbazo ngesandla sakhe, wagawula igatsha ezihlahleni, walithatha, walibeka ehlombe lakhe, wathi kubantu ababe naye: “Sheshani eningibona ngikwenza. Ngenze njengoba ngenzile. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE48 U-Abimeleki wenyukela entabeni yaseSalimoni, yena nabantu bonke ababenaye; u-Abimeleki wathatha izembe ngesandla, wagawula igatsha emithini, walithatha, walibeka ehlombe, wathi kubantu ababenaye: “Lokho eningibone ngikwenza, sheshani nikwenze njengami.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202048 ngakho-ke wenyukela entabeni iZalimoni, yena nawo wonke amabutho ayehamba nawo. U-Abhimelekhi wathatha imbazo ngesandla sakhe, wagawula igatsha, waliphakamisa walibeka ehlombe lakhe. Wayesethi emabuthweni ayenaye: “Lokho eningibone ngikwenza, kwenzeni ngokushesha, njengami.” Uka jalj uñjjattʼäta |