AbAhluleli 7:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Wayesethi abantu behlela emanzini; uJehova wathi kuGideyoni: “Yilowo nalowo okhotha amanzi ngolimi lwakhe njengokukhotha kwenja, makamyeke; kanjalo wonke oguqa ngamadolo ukuze aphuze. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Wayesebehlisela abantu ngasemanzini; uJehova wathi kuGideyoni: “Bonke abaxhapha amanzi ngolimi lwabo njengokuxhapha kwenja babeke bodwa, kanjalo nabo bonke abaguqa ngamadolo ukuba baphuze.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 Wehlela ngasemanzini namabutho; uSimakade wathi kuGideyoni: “Bonke labo abaxhapha amanzi ngolimi njengokuxhapha kwenja, bamise nganhlanye; nabo bonke labo abaguqa ngamadolo ukuba baphuze bebeka izandla emilonyeni yabo, nabo bamise nganhlanye.” Uka jalj uñjjattʼäta |