Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 7:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Abangamakhulu amathathu bavuthela izimpondo, uJehova wabeka inkemba yalowo nalowo kumngane wakhe nakuyo yonke impi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Abetha amacilongo angamakhulu amathathu, uJehova wabhekisa inkemba yalowo nalowo ngakumngane wakhe nakulo ikamu lonke; ikamu labaleka kwaze kwaba seBeti Shitha ngaseSerera, laze lafika emkhawulweni we-Abela Mehola ngaseThabati.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 Ngesikhathi eshaya amacilongo angama-300, uSimakade wenza ukuba izitha zibulalane zodwa, yonke impi yesitha; impi yabaleka yaze yayofika eBhethi Shitha ngaseZerera, nasemngceleni wase-Abhela Mehola ngaseThabhathi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 7:22
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Futhi uJehu, indodana kaNimsi, kumelwe umgcobe abe yinkosi phezu kuka-Israyeli; futhi u-Elisa, indodana kaShafati, wase-Abela Mehola, kumelwe umgcobe abe umprofethi esikhundleni sakho.


uBahana indodana ka-Ahiludi; kuye kwakukhona iThahanaki neMegido nayo yonke iBheti-Sheyani eseSartana ngaphansi kweJizreyeli kusukela eBeti Sheyani kuze kufike e-Abela Mehola ngaphesheya kweJokimeyamu.


Abantwana bakwa-Amoni nabakwaMowabi bavukela abakhileyo ezintabeni zaseSeyiri ukuba babashaye ngesiqalekiso, bababhubhise;


Yenza kubo njengakwaMidiyani; ngoSisera, noJabini, ngasemfudlaneni iKishoni;


Ngiyakumisa abaseGibithe ngokumelene nabaseGibithe, balwe, kube yilowo nalowo nomfowabo, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; umuzi uvukele umuzi, nombuso uvukele umbuso.


Wandisa isizwe, awukhulisanga intokozo;


Ngokuba wephulile ijoka lomthwalo wabo nodondolo lwamahlombe abo, nozime lomcindezeli wabo, njengasosukwini lukaMidiyani.


Ngiyakubiza inkemba phezu kwazo zonke izintaba zami,” usho uJehova, “inkemba yomuntu imelane nomfowabo.


Washaya inhloko yemizi yakhe ngezinduku zakho; njengesivunguvungu baphuma ukungihlakaza; ukujabula kwabo kwakunjengokudla abampofu ngasese.


Ngiyakugumbuqela isihlalo sobukhosi semibuso, ngichithe amandla emibuso yezizwe; ngiyakugumbuqela izinqola nabagibele kuzo; amahhashi nabagibeli bawo bayokwehla, kube yilowo nalowo ngenkemba yomfowabo.


Ngalolo suku kuyakuba khona isiyaluyalu esikhulu esivela kuJehova phakathi kwabo; bayakubamba, kube yilowo nalowo ngesandla somakhelwane wakhe, isandla sakhe siphakamele isandla somakhelwane wakhe.


Kepha le ngcebo sinayo ezitsheni zebumba, ukuze ubukhulu bamandla obumangalisayo bube obukaNkulunkulu, bungabi buvela kithi.


Amanzi ehla evela phezulu ema akhuphuka aba yinqwaba kude kakhulu nomuzi ka-Adamu oseceleni kweSaretani, nalawo ayehlela olwandle lwaseThafeni, uLwandle Lukasawoti, aphela, aqedwa; abantu badabula iJeriko.


Kwathi ngokwesikhombisa abapristi sebevuthela amacilongo, uJoshuwa wathi kubantu: “Khamulukani! ngoba uJehova uninikile umuzi.


Abantu basebekhamuluka lapho abapristi bebetha amacilongo; lapho abantu bezwa ukukhala kwecilongo, abantu bekhamuluka ngokukhamuluka okukhulu, ugange lwawa bhusma, kangangokuthi abantu bakhuphuka. Bangena emzini, wonke umuntu ephambi kwakhe, bawuthatha umuzi.


Abapristi abayisikhombisa bayakuthwala izimpondo zezinqama eziyisikhombisa phambi komphongolo; ngosuku lwesikhombisa niyakuwuzungeza umuzi kasikhombisa, abapristi bashaye amacilongo.


Kodwa ngesikhathi uMerabi indodakazi kaSawuli ephiwa uDavida, wanikwa u-Adriyeli umMeholathi abe ngumkakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka