Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 7:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi uGideyoni esizwa indaba yephupho nokuchazwa kwalo, wakhuleka, wabuyela ebuthweni lakwa-Israyeli, wathi: “Sukumani! ngokuba uJehova unikele impi yakwaMidiyani esandleni sakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kwathi uGideyoni ekuzwa ukulandwa kwephupho nokuchazwa kwalo, wakhuleka; wabuyela ekamu lakwa-Israyeli, wathi: “Vukani, ngokuba uJehova unikele esandleni senu impi yakwaMidiyani.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Lapho uGideyoni elizwa iphupho nencazelo yalo, wakhuleka, wayesebuyela enkanjini yakwa-Israyeli, wafike wathi: “Vukani, ngokuba uSimakade uyinikele esandleni senu impi yakwaMidiyani.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 7:15
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakhothamisa ikhanda lami, ngakhuleka kuJehova, ngamdumisa uJehova, uNkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, ongihole endleleni eqondileyo ukuba ngithathele indodana yayo indodakazi yomfowabo wenkosi yami.


Bathi kuye: “Siphuphe iphupho, akakho olichazayo.” UJosefa wathi kubo: “Izincazelo azikaNkulunkulu na? ngicela ungitshele.


Saphupha iphupho ngabusuku bunye, mina naye; saphupha, kwaba yilowo nalowo njengokuchazwa kwephupho lakhe.


Wathi kubo: “Ngilandeleni, ngokuba uJehova unikele izitha zenu, abakwaMowabi, esandleni senu.” Behla bamlandela, bathumba amazibuko aseJordani kwaMowabi, abavumelanga muntu ukuba awele.


UDebora wasesithi kuBharaki: Sukuma! ngoba lolu lusuku iNkosi ezanikela ngalo uSisera esandleni sakho. UJehova akahambanga phambi kwakho na? UBharaki wehla entabeni yaseThabori namadoda ayizinkulungwane eziyishumi emva kwakhe.


Futhi kumelwe uzwe lokho abakushoyo; ngasemuva izandla zakho ziyakuqiniswa ukuba wehlele empini. Wayesehla noPhura inceku yakhe, baya ngaphandle kwabahlomile ababesempini.


Umngane wakhe waphendula wathi: “Akusilutho ngaphandle kwenkemba kaGideyoni, indodana kaJowashi, indoda yakwa-Israyeli, ngokuba uNkulunkulu wanikela esandleni sakhe abakwaMidiyani nayo yonke impi.”


Wasehlukanisa abantu abangamakhulu amathathu aba izingxenye ezintathu, wabeka icilongo esandleni ngasinye, nezimbiza ezingenalutho nezibani phakathi kwezimbiza.


Wayesethi uGideyoni: “Ngakho-ke, uma uJehova enikela oSheba noSalimuna esandleni sami, ngiyakudwengula inyama yenu nameva asehlane nangamakhakhasi.


Ngalokho nami ngimnike uJehova; zonke izinsuku zokuphila kwakhe uyakuba ngobolekiwe kuJehova. Wakhuleka kuJehova khona.


Abalindi baphendula uJonathani nodibi lwezikhali zakhe, bathi: “Khuphukelani kithi, sinibonise utho.” UJonathani wasesithi odibini lwezikhali zakhe: Yenyuka emva kwami, ngoba iNKOSI ibanikele esandleni sikaIsrayeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka