Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 6:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 U-Israyeli waba mpofu kakhulu ngenxa yabakwaMidiyani; abantwana bakwa-Israyeli bakhuleka kuJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Abakwa-Israyeli baphela amandla ngenxa yakwaMidiyani; base bekhala abantwana bakwa-Israyeli kuJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Ngakho-ke abakwa-Israyeli babengenalutho ngenxa yabakwaMidiyani, base bekhala abantu bakwa-Israyeli kuSimakade, bacela usizo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 6:6
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Futhi ungibize ngosuku lwenhlupheko: ngizakusindisa, njalo uzangidumisa.


Kwathi ezibulala, zamfuna; babuya, babuza kuNkulunkulu ekuseni.


Jehova, ekuhluphekeni bakuhambela, bathulula umkhuleko ekujeziseni kwakho phezu kwabo.


Ziyakudla isivuno sakho nesinkwa sakho, amadodana akho namadodakazi akho azokudla; ziyakudla izimvu zakho nezinkomo zakho; bayakudla izivini zenu nemikhiwane yenu; bayakuyenza ibe mpofu imizi yakho ebiyelweyo abathembele kuyo ngenkemba.


Ngizohamba ngibuyele endaweni yami baze basivume isiphambeko sabo futhi bafune ubuso bami; osizini lwabo bayongifuna kusenesikhathi.


Lapho u-Edomi ethi: “Simpofu, kepha siyakubuya, sakhe izindawo eziyincithakalo; usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: Bayakwakha, kepha mina ngiyakudiliza; bayakubabiza ngokuthi: Umkhawulo wobubi, Abantu uJehova abathukuthelele kuze kube phakade.


Umfokazi ophakathi kwakho uyakuphakama kakhulu phezu kwakho; futhi uzokwehla kakhulu.


Abantwana bakwa-Israyeli bakhuleka kuJehova, bathi: “Sonile kuwe, ngokuba simshiyile uNkulunkulu wethu, sakhonza oBali.


Kepha abantwana bakwa-Israyeli bembiza uJehova, uJehova wabavusela umsindisi, u-Ehudi indodana kaGera, umBenjamini, umuntu oyinxele; futhi ngaye abantwana bakwa-Israyeli bathumela isipho ku-Egiloni, inkosi yakwaMowabi.


Lapho abantwana bakwa-Israyeli bembiza uJehova, uJehova wabavusela abantwana bakwa-Israyeli umsindisi owabakhulula, u-Otheniyeli indodana kaKenazi, umfowabo omncane kaKalebi.


Abantwana bakwa-Israyeli bakhuleka kuJehova, ngokuba wayenezinqola zensimbi ezingamakhulu ayisishiyagalolunye; iminyaka engamashumi amabili wabacindezela kakhulu abantwana bakwa-Israyeli.


Lapho abantwana bakwa-Israyeli bembiza uJehova ngenxa yamaMidiyani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka