Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 17:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwakukhona umuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi ogama lakhe linguMika;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwakukhona umuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi ogama lakhe lalinguMika.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Kwakukhona umuntu kwelezintaba kwa-Efrayimi ogama lakhe kunguMikha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 17:1
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lawa angamagama abo: Indodana kaHure, ezintabeni zakwa-Efrayimi;


Umkhawulo wawususuka esiqongweni sentaba, waya emthonjeni wamanzi aseNefitowa, waphuma waya emizini yasentabeni yase-Efroni; umkhawulo waphuma waya eBahala eliyiKiriyati Jeharimi.


Babanika iShekemi nedlelo lalo ezintabeni zakwa-Efrayimi, libe ngumuzi okhululekile wokuhlatshwa; neGezeri nedlelo layo,


Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnati Sera ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba iGahashi.


Emva kuka-Abimeleki kwasukuma uThola indodana kaPhuwa kaDodo, umuntu wakwa-Isakare, ukuba avikele u-Israyeli; wahlala eSamiri ezintabeni zakwa-Efrayimi.


Base behla abafowabo nendlu yonke kayise, bamthatha, bamenyusa, bammbela phakathi kweSoreya ne-Eshitawoli ethuneni likayise uManowa. Wabusa u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili.


Wathi kunina: “Izinhlamvu eziyishumi nekhulu zesiliva ezathathwa kuwe, owaziqalekisa, wakhuluma ngazo ezindlebeni zami, bheka, leyo mali ikimi; Ngayithatha. Unina wathi: “Mawubusiswe nguJehova, ndodana yami!


Basuka lapho, baya ezintabeni zakwa-Efrayimi, bafika endlini kaMika.


Abantwana bakwaDani bathuma emindenini yabo amadoda ayisihlanu, amadoda anamandla, evela eSora nase-Eshitawoli, ukuba ahlole izwe, alihlole; bathi kubo: “Hambani nihlole izwe.”


Esefikile wabetha icilongo ezintabeni zakwa-Efrayimi, abantwana bakwa-Israyeli behla naye entabeni, yena waphuma phambi kwabo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka