AbAhluleli 11:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Abadala bakwaGileyadi base bethi kuJefta: “Ngalokho siyabuyela kuwe manje, ukuze uhambe nathi, ulwe nabantwana bakwa-Amoni, ube ngumbusi wethu phezu kwabo bonke abakhileyo kwaGileyadi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Amalunga akwaGileyadi athi kuJefta: “Sibuyele kuwe manje ngalokhu ukuba uhambe nathi, ulwe nabantwana bakwa-Amoni, ube yinhloko phezu kwabo bonke abakhe kwaGileyadi.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 Amalunga akwaGileyadi athi kuye: “Noma kunjalo, sesibuyele kuwe manje ukuze uhambe nathi uyokulwa nabakwa-Amoni, ube yinhloko phezu kwethu naphezu kwazo zonke izakhamuzi zakwaGileyadi.” Uka jalj uñjjattʼäta |